Kelly Khumalo – Uzoma Lyrics

Uzoma Lyrics – Kelly Khumalo

Ngivuk’ ekseni kugcwel’ izindaba ngami
Ngivuk’ ekseni kugcwel’ amaphepha, aah
Ngivuk’ ekseni
K’shiwo lokhu nalokhu ngami
Ngivuk’ ekseni, oh k’khulunywa ngami, why

Ngathi kukhona
Hlal’ ebheja ngami
Ethi noma engahlushwa
Noma engalingwa
Kodw’ uzoma, uzoma, uzoma ah

Ngathi kukhona
Hlal’ ebheja ngami
Ethi noma engahlushwa
Noma engalingwa
Kodw’ uzoma, uzoma, uzoma ah

Mdali ngath’ usungethemba kakhulu nawe
Hlal’ ungivikele nezingilosi eziyinkulungwane
Khumbula indonsa yakuphoxa
Kodwa mina ngeke ngakuphoxa

Ngathi kukhona
Hlal’ ebheja ngami
Ethi noma engahlushwa
Noma engalingwa
Kodw’ uzoma, uzoma, uzoma ah

Ngathi kukhona
Hlal’ ebheja ngami
Ethi noma engahlushwa
Noma engalingwa
Kodw’ uzoma, uzoma, uzoma ah

Ngathi kukhona
Hlal’ ebheja ngami
Ethi noma engahlushwa
Noma engalingwa
Kodw’ uzoma, uzoma, uzoma ah